Skip to main content

Posts

Showing posts with the label eYukhreyini

UKUPHAWULA: Engikubonayo ngeRashiya...

Abaningi eNtshonalanga banenkolelo yokuthi eRashiya yizwe eliwumusuka wawo wonke amazwe akoYurophu nawamaSulumane... mina ngibona engathi banezizwe ezako-Eshiya phakathi nezwe eRashiya. Ngakho-ke, ngokubona kwami bayinxuba nokwakuwuMubuso wamaMongoli kanye nezizwe ezasenyakatho neYurophu. Loku kusho ukuthi abalona izwe eliwuhlobo olunye lwabantu njengamanye amazwe akoYurophu nase-Eshiya.  Umulando waseRashiya uwumulando wokuhluthuka nobuye adabukise, loku kuyabonaka nanamuhlanje ngezenzo zabo maphakathi nezwe labo. Intando yeningi yakhona eRashiya inokubuzisa imibuzo. Isakhamuzi saseRashiya esigxeka uhulumeni wakhona kumbe kusemubhikish'weni noma kwinxumano, ezinkundleni zokuxhumana, uyabosh'wa nokubosh'wa. Ngokwazi loku umuntu uyabona ukuthi akudlalel'wa koRashiya, no-NATO sebeyakubona loko.  UBUHLOBO NENINGIZIMU AFRIKA : EYukhreyini (kusawuBumbano lwamaSoviyethi) kuthiwa baqeqesha amalungu woMukhonto Wesizwe (i-MK) ukuze balwe nohulumeni wobandlululo waseNingizimu Afr...