Skip to main content

UKUPHAWULA: Engikubonayo ngeRashiya...

Abaningi eNtshonalanga banenkolelo yokuthi eRashiya yizwe eliwumusuka wawo wonke amazwe akoYurophu nawamaSulumane... mina ngibona engathi banezizwe ezako-Eshiya phakathi nezwe eRashiya. Ngakho-ke, ngokubona kwami bayinxuba nokwakuwuMubuso wamaMongoli kanye nezizwe ezasenyakatho neYurophu. Loku kusho ukuthi abalona izwe eliwuhlobo olunye lwabantu njengamanye amazwe akoYurophu nase-Eshiya. 

Umulando waseRashiya uwumulando wokuhluthuka nobuye adabukise, loku kuyabonaka nanamuhlanje ngezenzo zabo maphakathi nezwe labo. Intando yeningi yakhona eRashiya inokubuzisa imibuzo. Isakhamuzi saseRashiya esigxeka uhulumeni wakhona kumbe kusemubhikish'weni noma kwinxumano, ezinkundleni zokuxhumana, uyabosh'wa nokubosh'wa. Ngokwazi loku umuntu uyabona ukuthi akudlalel'wa koRashiya, no-NATO sebeyakubona loko. 


UBUHLOBO NENINGIZIMU AFRIKA:

EYukhreyini (kusawuBumbano lwamaSoviyethi) kuthiwa baqeqesha amalungu woMukhonto Wesizwe (i-MK) ukuze balwe nohulumeni wobandlululo waseNingizimu Afrika. Ngakho-ke abanye abaholi baseNingizimu Afrika banenkolelo yokuthi iRashiya (izwe elalibukhonze kakhulu uBumbano lwamaSoviyethi) isawubona uBumbano lwamaSoviyethi. Inhlangano ye-B.R.I.C.S. icacisa ukuthi nanamuhlanje sisabona iRashiya njengomungani wakudala. 

Empeleni eRashiya yizwe ekumele silibukele kude njengeNingizimu Afrika. Ubuhlobo bethu neRashiya busifakela amehlo eNtshonalanga. Bekukuhle sibakhumbule njengezwe elake lasisiza emuzabalazweni kodwa impi yabo namuhlanje kungabi yimpi yethu. Asikho ezingeni lako-NATO noYukhreyini ukuthi singaqhudelana nabo empini.

Popular posts from this blog

History of the Mpofana by Mthoko M. Mpofana

I'm not very traditional, I'm more straightforward & basic & often disregard cultural nuances so this history of the Mpofana tribe is going to be as direct & concise as possible.  Growing up, I grew up knowing that the clan praises or izithakazelo of the Mpofana are "Zulu" & "Ntombela", I never questioned that.  What I know now for sure is that there's a lot more that's hidden in history. What I keep seeing being repeated from various sources is that the Mpofana were part of the Amazizi (or AmaTiti) tribe. I now know that in the midlands & perhaps further north, up to the northwestern parts of KZN, they use the greeting "MaZizi okuhlala", perhaps alluding to the fact that the Mpofana as well as other Amazizi tribes were among the original tribes to settle in present-day KZN from 200 AD onwards & the "Dlamini" praise or greeting was used among all Dlamini tribes i. e. the Amahlubi, Amazizi (Mtiti), Hlangwini...

Why "KwaTu"?

We are all "Tu": In many, if not, most of the major indigenous languages in Africa, there's the "tu" suffix or "tu" in the body of the word meaning "a person" (NB: It can be spelt differently depending on accents, in some African languages it's "-du" & others "-tho".).  " Tu " may be the best name for Africa collectively.  Hausa: Person ~ Mu tu m Igbo: People ~ Ndị mma dụ Swahili: Person or people ~ M tu au wa tu   Maybe Tu is too short a word to call a continent so we add the place name prefix "kwa" (meaning at/for) present in Swahili, Kinyarwanda, Zulu & other African languages to make Kwatu or KwaTu .

African Renaissance

•  African automotive brands. •  African tech. •  African diet in 1500 BC. •  African invention & innovation. Bowuwazi? Repartition Africa